26/02/2025
Ngiyabingelela belungu....ngicela ukbonga kwabalandele I page lam.... Ngyacela ukusho ukuth nanoma yin ofisa ukuyibuza ngokwakha uvulelekile ungabuza ungadinwa mangthathe iskhath ukukphendula emini ngivamise ukuba matasa.....ngiyacela ni like umsebenzi ngingajabula futhi makungabakhona aba "share" lokho kungalikhulisa page..... Ngokokuhlala ngise Stanger kodwa ngyafika lapho osuke ufuna ngfike khona... Ngyabonga