Diggers Garden Services

Diggers    Garden    Services we are capable to create garden service in order to plant the food in order to create jobs

27/11/2021

Ngibingelele bonke abalimi ngiyacela njengoba sisebenza local kuma home improvement sisebenza nge Organic garden asisebenzi ngama chemicals ayingozi ayabulala futhi abanye angabakhubaza ngingasaphathike abazithwele okunye sizofundisana sosizana singakhohlwa izikole ama creche indawo zentandane amakhaya abadala ukukhululula umphakathi esiphila kuwona nami ngimatasa ngiyazama plz ngiyacela wonke ama members ase groupin alandele ne page ukuze niybone iphila I Diggers Garden Services niyibone icreater ama jobs kusizakala nabantu ngiyabonga.

26/11/2021

Ngibingelele ebusuku ngiyazi abaningi abakaboni lenqola iyaphi la inhloso yethu ukwakha umsebenzi ophathelene nezenvelo sikhuculule indawo yethu sakhe amathuba omsebenzi lento akusiyo into olala uvuke uyenze kumele ubenabantu nokwesekwa ngensiza kusebenza amatools pls iyeza

25/11/2021

Sanibona siyi Diggers Garden Services sizimisele ukuba amayadu omphakathi abukeke abamahle ngalesikhathi siya kokhisimusi and sizimisele uma nisipha umsebenzi siyaqikelela konke kwenzeka ngendlela ezokugculisa esikwenzayo nakhu Digging Gardens Land scaping Brush cuttings Cutting and Planting trees Cleaning services Fencing etc sitholakala kuyona inamba ese page siyethemba nizoba nathi kulezinsuku siyabonga.

23/11/2021

Ngiyabonga kunina nonke eningisekayo la so creater ama jobs grass cutting land scaping cutting and planting trees kahle si local services sure

23/11/2021

Plz ngicela ningiphe ithuba nami bengisatheza manje nizkubona maybe umsebenzi ukunina niyingxenye yayo ayi yona kuhlalwe phansi kwasetshezwa ningatatazeli sizo creater ama jobs

12/11/2021

Ekseni ngibingelela umphakathi engiwuthandayo bafwethu enilimayo nenifuye inkukhu nothanda lelikhaya nginivusa ekseni gega lakhe omdala kunezinsuku

Address

Pietermaritzburg

Telephone

+27664602214

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Diggers Garden Services posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share