Da Chilled Zone

Da Chilled Zone Every sip and bite tells a story😋 ☺️

14/09/2025

BengiseTaxin early this morning ngihleli duze kwaloGuy 🤗saxoxa kwaze kwafika la engitshela khona ukuthi 👩‍❤️‍💋‍👨he is married but unomama wengane👩‍🍼 abahlukana naye ngeskhathi eshada umfazi wakhe 🙀but ubaby mom usalala naye🙀. Mangimbuza why enza lokho eCheat ebe eshadile🤔 uthi wayemThesta nje emtshela ukuthi umkhumbule usamthanda things are not the same without her wenza iphutha ngokungashadi yena umkakhe uyamhlupha nokuthi usahleli nje it's because of kids nokuthi uzolahlekelwa okuningi if eDivorce and uBaby mamah agreed to be back abe yiSide chick🫣. (Mina ke after esesho lokho okufike emqondweni wami ukuthi hawu wenzela izingane but yena uGirl bamshiya abangenzela izingane ngazithulela) so ngoba ke uhlala nomfazi wakhe babonana emini noBaby mama babooker o2 hours or beyendlini yamngani wakhe🤣. Uthi ke inkinga yabantu besfazane once wathi umfazi akakuphethe kahle bagxuma behlale bezokwenza amaCorrections benze kahle konke lokhu othi umfazi akakwenzi kahle kanti wena usuke uhappy nomkakho usuke ufuna ukuzidlela ikuku yamahhala uzihambele ubuyele kumfazi wakho omthandayo. Uthi even if uyahlukana nomkakhe akasoze amshada ubaby mama because she has proved ukuthi uweak kangakanani how can you sleep with your ex eshadile engakaze ikhulume nangokukushada just because he said umkayo uyabheda mind it ngalesoskhathi naye unendoda yakhe so if ekwazi ukuCheatela umuntu akathandana naye ngeEx uzohlulwa yini kuye🤨. Wathi ungabovuma ukubuyelana ne ex yakho enomfazi or enomuntu ostraight Noma ingathi ayikho happy as long ingahlukene nalowomuntu isazokudlala iqede iqhubeke nomuntu wayo kahle kahle ngokubona kwami nje noma ingathi ihlukene ungabuyeli kiyo😏🤞. Uthi s**e sixabane ethi uyangshiya ngizikhalise ngimtshele ukuthi shuthi ngizozibulala ke ngoba kushuthi ayikho into enhle mina engifanele emhlabeni 😭and uGirl ezwe lokho ehlale ke ecathi ngyamthanda kanti ngizifunela ikuku nje nakhona mangabe ngiziBorekele kahle kahle uyiSnack sami nje😢. Uthi useze washintsha nendlela ayiyo ezama ukukopela iStyle somfazi ngoba ecathi uzomshada eyeke umfazi ngoba ethe uyabheda uthi lapho ngyamazi phela lomuntu akanjena uzama ngayoyonke indlela nokugqoka useyavushazela uzenza iWife Material ngoba ezama ukuCharma mina.

Ngize ngacela ukwehla before iStop sami coz bese ngizwa ukuthi ushukela uyavuka uma ngenyawo neBP yilendaba😡. Mantombazane anizithande 🥺😡😠awukwazi ukubuyela kumuntu owakushiya nengane washada omunye and think uyakuthanda loyomuntu uyislima nje sentombazane🙄😡

Bafana cha ngicela niyfakaze lena iyenzeka ngempela yini ?🤬

21/05/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Senzo Jondi Msweli, Hassan Danladi, Haan Brand, Poelo Lethiba

Address

114 Bhala Street
Tsakane
1550

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Da Chilled Zone posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share